Welcome to the Steve Biko campus Writing Centre.
Please note that we take both ONLINE and IN-PERSON bookings. Please be sure to specify how you prefer to meet. We look forward to connecting with you on MS Teams or face-to-face in Seminar Room 1, Library, Steve Biko Campus.
Please check your DUT4life emails for the link to your tutoring session where our team of experienced writing consultants is available to help you with any writing assignment, from brainstorming ideas to refining final drafts.
To ensure that you receive personalized attention and support, we encourage all students to book a consultation and upload your work. This will allow us to better understand your needs and help you achieve your writing goals in your session.
Thank you
Steve Biko Writing Centre
Siyakwamukela eSikhungweni Sokubhala saseSteve Biko Campus.
Sicela uqaphele ukuthi samukela ukubhukwa OKUKU-INTHANETHI (ONLINE) kanye NOKOBUSO NOBUSO (IN-PERSON). Sicela uqinisekise ukuthi uyasho indlela othanda ukuhlangana ngayo nathi. Sibheke ngabomvu ukuxhumana nawe ku-MS Teams noma ubuso nobuso e-Seminar Room 1, Library, Steve Biko Campus.
Sicela uhlole ama-imeyili akho e-DUT4Life ukuze uthole isixhumanisi (link) seseshini yakho yokufundiswa. Ithimba lethu labeluleki bokubhala abanamava likulungele ukukusiza nganoma yimuphi umsebenzi wokubhala, kusukela ekucabangeni nasekuhleleni imibono kuya ekulungiseni nasekupheleliseni umbhalo wakho wokugcina.
Ukuze uqinisekise ukuthi uthola ukunakwa nokwesekwa okuhambisana nezidingo zakho, sikhuthaza bonke abafundi ukuthi babhukhe ukubonisana futhi balayishe umsebenzi wabo. Lokhu kuzosisiza ukuba siqonde kangcono izidingo zakho futhi sikusize ukufeza izinhloso zakho zokubhala ngesikhathi seseshini yakho.
